Angeke Ngisuke Lyrics & Tabs by Joyous Celebration

Angeke Ngisuke

guitar chords lyrics

Joyous Celebration

Album : One Purpose a PlayStop

Igama lakho unguSomandla
INkosi enamandla onke
Wena wedw' unguBaba

Ithemba lami lokugcina
Ngibhekis' amehlo ami kuwe
Baba uyiNkosi
Angeke ngisuke kuwe
Ngohlala njalo ngithemba wena
Igama lakho uSomandla
Futhi wena uyingcwele
Uwena wedw' unguBaba
Sithandwa somphefumlo wam
Igama lakho unguSomandla
Wena uyamangaza
Amen amen, amen amen

Igama lakho unguSomandla
Wena uyamangaza
Amen amen, amen amen

Like us on Facebook.....
-> Loading Time :0.0157 sec