Umangisuka Kulomhlaba Lyrics & Tabs by Joyous Celebration

Umangisuka Kulomhlaba

guitar chords lyrics

Joyous Celebration

Album : Joyous Celebration 1 gospel PlayStop

Nkosi yami ngiletha konke kuwe
Ngizilahlela phambi kwakho
Ngomusa wakho ngizokusinqoba

Isitha, ngoba wena ungikhosele
Ngihambile kakhulu emhlabeni lo
Ngezinyawo nangenqondo yami
Ngiyakwazi okuhle kanye nokubi
Nxa nginawe konke kulungile
Uma ngisuka kuwona lomhlaba umdala
Ngizohamba nginokujabula
Ngob' u
Jesu uzongingenisa ngale
Endaweni lapho ngophula
Nkosi hlanzisiza inhliziyo yami
Ungihole nasebumnyameni

Endaweni lapho ngophula
Nkosi hlanzisiza inhliziyo yami
Ungihole nasebumnyameni
Ngoba wena uyisiphephelo sami
Nxa nginawe angesabi lutho
Ngihambile kakhulu emhlabeni lo
Ngezinyawo nangenqondo yami
Ngiyakwazi okuhle kanye nokubi
Nxa nginawe konke kulungile
Mhla ngishiya kuwo lomhlaba omdala
Ngizohamba ngokujabula / ngohuba
Ngob' u
Jesu uzongingenisa ngale
Endaweni lapho ngophumula

Like us on Facebook.....
-> Loading Time :0.0064 sec